Sebenzisa i computer yakho noma i smart phone ukugcwalisa le form. Uma uqeda ucindezele u submit. Sizobe sesenza okufanele ukuze i CV Yakho i printeke ephepheni. Time is money ! sifuna ukonga isikhathi sakho. Kunezinhlobo esizibekile zama CV. Eyokuqala i CV 1. kulandele namanye. Sizochaza ukuthi ngayinye i CV yini etholakala lapho
Our CV Types
CV 1
Inama parts alandelayo:(1) Personal Details (2) Contact Details (3) School-Based Educational qualification(4) Three reference. Kulindeleke ukuthi ibe no 1 page. Vula kulelink elandelayo ugcwalise. Sikuthumelela kwi email i CV yakho noma siyiprinte sikunike.